
Akangithembi
Ngiyathanda ukumlobola
Ngiyathanda ukumenz'umkami
Kodwa yena akangithembi
Ngiyathanda ukumlobola
Ngiyathanda ukumenz'umkami
Kodwa yena akangithembi
Ngiyazama ukumbonisa
Futhi ngiyazama nokuzincengela bandla
Konke lokhu akakuboni
Uthi suka la, akangithembi
Ngiyazama ukumbonisa
Futhi ngiyazama nokuzincengela
Konke lokhu akakuboni
Uthi suka la, akangithembi
Ngiyathanda ukumlobola
Ngiyathanda ukumenz'umkami
Kodwa yena akangithembi
Ngiyathanda ukumlobola
Ngiyathanda ukumenz'umkami
Kodwa yena akangithembi
Kodwa yena akangithembi
Ngiyazama ukumbonisa
Futhi ngiyazama nokuzincengela
Konke lokhu akakuboni
Uthi suka la, akangithembi
Ngiyazama ukumbonisa
Futhi ngiyazama nokuzincengela
Konke lokhu akakuboni
Uthi yen'akangithembi
Ngiyathanda ukumlobola
Ngiyathanda ukumenz'umkami
Kodwa yena akangithembi
Ngiyathanda ukumlobola
Ngiyathanda ukumenz'umkami
Kodwa yena akangithembi
Ngiyazama ukumbonisa
Futhi ngiyazama nokuzincengela
Writer/s: David Masndo, Moses Ngwenya