Imithente

Amalungelo

Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Ngiyakhala nge'nkomo zikaBaba (Zobuya lezonkomo)
Mina ngikhala kodwa ngamandl'ami (Engalobola ngazo les'gilamkhuba)

Lonkos'kazi uvuk'umbejazane ekhaya (Zobuya lezonkomo)
Ung'tshela ngamalungelo (Awan'amalungelo)
Maye ngamthath'umfazi wamalungelo (Akahambe lay'khaya akhona lamalungelo)

Lezonkomo azibuye mkhwe wami (Ingabe zobuya kanjani)
Seng'fun'inkomo zami (Engani ngazidla ngangaz'bek'amathambo)

Seng'fun'inkomo zami (Engani ngazidla ngangaz'thel'amanzi)

Lezonkomo azibuye mkhwe wami

Seng'fun'inkomo zami