Steve Kekana

Amandla Amasha


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Ngiyakubona ukuthi
Sewu vuke amandla
Amandla amasha
Nemizamo yakho yonke heye
Uyiqondise kimi
Uhlulwa nje ukuyenza
Ukuthi
Konke kuhambe
Ngokufisa kwakho

Ngiyakubona ukuthi
Sewu vuke amandla
Amandla amasha
Nemizamo yakho yonke heye
Uyiqondise kimi
Uhlulwa nje ukuyenza
Ukuthi
Konke kuhambe
Nje ngokufisa kwakho

Kodwa mina ngizoyekele
Konke kwa baphansi
Angeke bavum' ukuthi igazi labo lihlushwe
Kodwa mina ngizoyekele
Konke kwa baphansi
Angeke bavum' ukuthi umtwana wabo ahlupheke
Kodwa mina ngizoyekele
Konke kwa baphansi
Angeke bavum' ukuthi ingane yabo ibon' isono

Ngiyakubona ukuthi
Sewu vuke amandla
Amandla amasha
Nemizamo yakho yonke heye
Uyiqondise kimi
Uhlulwa nje ukuyenza
Ukuthi
Konke kuhambe
Ngokufisa kwakho

Kodwa mina ngizoyekele
Konke kwa baphansi
Angeke bavum' ukuthi igazi labo lihlushwe
Kodwa mina ngizoyekela
Konke kwa baphansi
Angeke bavum' ukuthi umtwana wabo ahlupheke
Kodwa mina ngizoyekele
Konke kwa baphansi
Angeke bavum' ukuthi ingane yabo ibon' isono