Jabu Khanyile

Amangisi

Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Uzonda la ezweni lakini
Uthanda le pheshey'amangisi
Uzonda min'umuntu wakini
Uthanda lo pheshey'amangisi (ayi suka wena, ayi suka wena)
Ayi suka wena mus'uk'dlala lapha

Baba woz'ukhuz'isimanga (Uzonda la ezweni lakini)
Uthanda le pheshey'amangisi
Baba woz'ukhuz'isimanga (Uzonda min'umuntu wakini)
Uthanda lo pheshey'amangisi
(ayi suka wena, ayi suka wena)
Ayi suka wena mus'uk'dlala lapha

Baba woz'ukhuz'isimanga
Baba woz'ukhuz'isimanga
Abant'abanjan'abangezwani(Abantu bakithi)
Abant'abanjan'abangezwani(Abantu bakithi)

Uzonda la ezweni lakini
Uthanda le pheshey'amangisi
Uzonda min'umuntu wakini
Uthanda lo pheshey'amangisi (ayi suka wena, ayi suka wena)
Ayi suka wena mus'uk'dlala lapha

One day, peace will prevail in our land
Next day people will learn to love one another
That day people will worship God as the creator

Uzonda la ezweni lakini
Uthanda le pheshey'amangisi
Uzonda min'umuntu wakini
Uthanda lo pheshey'amangisi (ayi suka wena, ayi suka wena)
Ayi suka wena mus'uk'dlala lapha

Baba woz'ukhuz'isimanga
Baba woz'ukhuz'isimanga
Abant'abanjan'abangezwani (hoho bantu abakithi)
Abant'abanjan'abangezwani (hoho bantu abakithi)

Baba woz'ukhuz'isimanga (Uzonda la ezweni lakini)
Uthanda le pheshey'amangisi
Baba woz'ukhuz'isimanga (Uzonda min'umuntu wakini)
Uthanda lo pheshey'amangisi
Ayi suka wena, ayi suka wena (abant'abanjan'abangezwani)
Ayi suka wena mus'uk'dlala lapha (abant'abanjan'abangezwani)
Ayi suka wena mus'uk'dlala lapha

Baba woz'ukhuz'isimanga (Uzonda la ezweni lakini)
Uthanda le pheshey'amangisi
Uzonda min'umuntu wakini
Uthanda lo pheshey'amangisi
Ayi suka wena, ayi suka wena (abant'abanjan'abangezwani)
Ayi suka wena mus'uk'dlala lapha (abant'abanjan'abangezwani)

Baba woz'ukhuz'isimanga (Uzonda la ezweni lakini)
Uthanda le pheshey'amangisi
Uzonda min'umuntu wakini
Uthanda lo pheshey'amangisi (ayi suka wena, ayi suka wena)
Ayi suka wena mus'uk'dlala lapha

Baba woz'ukhuz'isimanga (Uzonda la ezweni lakini)
Uthanda le pheshey'amangisi

Writer/s: JABU KHANYILE, MTHANDENI MVELASE