
Amanzi
oh he
Ngenye imini ngathi ngizihambela ekhunjini lolwandle
Lwasethekwini ngabon' intombi (intombi enhle)
Ngathi ngiyawabeka amagama amabili amathathu amane
Ulimi lwavele lwagcwal' umlomo ngaqhaqhazela eh
Ngangena amanzi
Kodwa ngilethemba lokuthi ngiyabuya ngimbone njalo
Ngoba abdala bayabuya babe nesitsho esinginikeza ithemba
Bathi lapho ake ama khona amanzi
Ayophinda âme njalo
Ayophinda âme futhi hé eh
Bengithi lapho kwaye kwama khona amanzi
Ayobuya aphinde âme njalo
Ayobuya aphinde âme njalo ababa
Sukundibona ngathi ndilahlekile
Sukundibona ngathi ndixakekile
Ndinezizatho mama kuwe
Ingxaki amanzi angembethe nawe
Sukundibona ndihleli ndijonge izandla ucinge ukba ndonwabile eyi
Bendisoyika ukuthetha nawe ndicinga ukuba uzakuthi ndiphaphile
Eyona ngxaki yam yile
Ndikuthanda kangaka and awuyazi yini na lena
Lapho ndithi njalo futhi njalo
Ngithi lapho ake ama khona amanzi
Ayophinda âme njalo
Ayophinda âme futhi hé eh
Ngithi lapho kwaye kwama khona amanzi
Ayobuya aphinde âme njalo
Ayobuya aphinde âme njalo ababa
Ngithi lapho ake ama khona amanzi
ngithi njalo kwaye kwaya khona amanzi
Ayophinda âme njalo
ngithi njalo kwaye kwaya khona amanzi
Ayobuya aphinde ame njalo
Ayobuya aphinde ame njalo
Ayobayo ayobayo
Ayobayo ayobayo
Ayobayo ayobayo
Ngithi njalo
Ayobayo ayobayo
Ayobayo ayobayo
Ngithi njalo
Ngithi lapho kwaye kwama khona amanzi