Amaswazi Emvelo

Angiqonywa


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Angiqonywa
Angiqonywa
Seng'shela ngale kwezantaba, wemama
Angiqonywa

Angiqonywa ngempela bo
Angiqonywa
Seng'shela ngale kwezantaba, wemama
Angiqonywa

Angiqonywa
Angiqonywa
Seng'shela ngale kwezantaba, mfowethu
Angiqonywa

Angiqonywa
Angiqonywa
Seng'shela ngale kwezantaba, mfowethu
Angiqonywa

Akenithule nithi nya
Thule nithi nya
Aw' zinsizwa
Thule nithi nya
Kenithule nithi nya
Thule nithi nya
Khon' eng'fun' ukunixoxela kona

Ungabomthemb' umngani wakho
Ungabomthemb' umngani wakho
Sewuz'qedil' izintombi zami
Solokhu kwafik yena
I'ntombi zami ziphume zonke zaphela nya
Sengibuya lena ezinyangeni
Ukuyobheka ngabe kwenziwa yini
Kanti ngibulawa umngani wami

Vumani
Kwakungcono ngiyogez' empophomeni (Vumani vumani vumani vumani
Kwakungcono ngiyogez' empophomeni (Vumani vumani vumani vumani)
Kwakungcono ngiyogez' empophomeni (Sengikubambile)
Kwakungcono ngiyogez' empophomeni (Bengingakuboni)
Kwakungcono ngiyogez' empophomeni (Sengikubambile, mngani wami)
Kwakungcono ngiyogez' empophomeni

Ngisola yena lo mngani wami bo
Ngiyamsola ngempel' umngani wami bo
Selokh' kwafika yen' intomb' az'sang'funi
Ng'bathe kwenziwa yini lokhu
Kanti uyen' umngani wami

Ungam'boni ehleka nami
Ungam'boni uhleka nami
Amehlo izinyo izintaba
Amehlo akhe ngendlel' angbuka ngayo
Uyang'cabangel' umngani wami
Vumani

Kwakungcono ngiyogez' empophomeni
Kwakungcono ngiyogez' empophomeni (Vumani vumani vumani vumani)
Kwakungcono ngiyogez' empophomeni (Vumani vumani vumani vumani)
Kwakungcono ngiyogez' empophomeni (Ngoba nginesinyama)
Kwakungcono ngiyogez' empophomeni (Ngoba nginesinyama)