Musa

Angisakwazi


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Sebengathi ngiyaziba nabu ubuso bakho
Ngithi ngiyaziba nabu ubuhle bakho
Abangani bam
Nabomdeni wam bayazibuza
Kuyini ngijabule njena

Bengingazi ukuthi uthando lunjena
Angisakwazi ukuphila ngaphandle kwakho
Bengingazi ukuthi uthando lunjena
Awu yebo ngiyavuma uyisthandwa sam

(angisakwazi nokucabanga)
Mina ngiyahluleka (angisakwazi nokulala)
Ubuthongo abukho (nguwe nguwe)
Nguwe nguwe ( engqondweni yam)
Hayi sthandwa nguwe (ngiyavuma uyisthandwa sam)

Angisakwazi nokucabanga (angisakwazi nokucabanga)
Mina ngiyahluleka (angisakwazi nokulala)
Ubuthongo abukho (nguwe nguwe)
Nguwe nguwe ( engqondweni yam)
Hayi sthandwa nguwe (ngiyavuma)
Awu mina ngiuavuma (uyisthandwa sam)

Ntsuku nemini ziyadlula
Ngisathanda wena qhaa
Kwezinye izikhathi ngiyazibuza
Umusa owungaka ngawuthola njani nha
Kanti uthando lunjena kanti impilo injena
Uma ungekho angisakhoni nokucabanga

Wanginika injabulo wanginika nothando
Ngenze isithembisa ngashiya nenhlungu
Mina ngizohlala nawe mihla yonke le

(angisakwazi nokucabanga)
Mina ngiyahluleka (angisakwazi nokulala)
Ubuthongo abukho (nguwe nguwe)
Nguwe nguwe ( engqondweni yam)
Hayi sthandwa nguwe (ngiyavuma)
Awu mina ngiyavuma (uyisthandwa sam)

Uyindoni yami (angisakwazi nokucabanga)
Mina ngiyahluleka (angisakwazi nokulala)
Ubuthongo abukho (nguwe nguwe)
Nguwe nguwe (engqondweni yam)
Hayi sthandwa nguwe (ngiyavuma)
Awu mina ngiyavuma (uyisthandwa sam)

oooh mina ngiyavuma