Imithente

Awusiqath Elingangibinda

Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Wadubula wabhekisa ngakimi (Akenikhuzeni lomuntu udlala ngomlilo)
Uzoyimela yini lent'oyenzayo (Akenikhuzeni lomuntu udlala ngegeja kuziliwe)
Wadubula wabhekisa ngakimi ndoda (Akenikhuzeni lomuntu udlala ngomlilo)

Awuqath'elingangibinda wena (Akenikhuzeni lomuntu udlala ngomlilo)
Awusiw'umthamo engingahluleka ukuw'gwinya (Akenikhuzeni lomuntu udlala ngegeja kuziliwe)

Hhe baqinisile abadala uma bethi izwibela ladl'indlovu kuyobe ulikhuni msenge mawungagobanga zikudl'imbuzi
Kuye ke lokhu okwadelel'umuzi kaBaba engena egulukudela engamemezile zim'lum'izinja
Iselw'imfene ziyayinweb'imbodla