Abafana Baseqhudeni

Bayajabula Bonke


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Sesifikile ngonyaw'olusha
Sesifikile ngonyaw'olusha
Sesifikile ngonyaw'olusha
Sesifikile ngonyaw'olusha

Bajabula bonke abantu
'Ma kungena thina zinsizwa
Bajabula bonke abantu
'Ma kungena thina zinsizwa
Bajabula bonke abantu
'Ma kungena thina zinsizwa
Bajabula bonke abantu
'Ma kungena thina zinsizwa

Vulan'amasango singene thina
Bafana baseNdlunkulu
Sinilethela umyawo olusha, sha
Kwezomgqashiyo

Vulan'amasango singene thina
Bafana baseNdlunkulu
Sinilethela umyawo olusha, sha
Kwezomgqashiyo

Vulan'amasango singene thina
Bafana baseNdlunkulu
Sinilethela umyawo olusha, sha
Kwezomgqashiyo

Vulan'amasango singene thina
Bafana baseNdlunkulu
Sinilethela umyawo olusha, sha
Kwezomgqashiyo

Sesifikile ngonyaw'olusha
Thina bafana (Sesifikile ngonyaw'olusha)
Thina bafana (Sesifikile ngonyaw'olusha)
Sesifikile ngonyaw'olusha

Kwajabula bonke abantu
'Ma kungena thina zinsizwa
Bajabula bonke abantu
'Ma kungena thina zinsizwa
Kwajabula bonke abantu
'Ma kungena thina zinsizwa
Kwajabula bonke abantu
'Ma kungena thina zinsizwa