
Hambizwe
Hambizwe Nkosi yam
Ng'hambizwe weh mkami
Ng'hambizwe
Izw'eningalazi
Ngiye ngafika nakwaZulu
Ngathola indawo
Ngathola nenxiwa lomzi wami
Ng'hambizwe (Bantwabami)
Ng'hambizwe (Izingane zami)
Izw'eningalazi
Kuphelil'ubang'uMagum'angithol'emzini yabantu bantwabami
Kuphelile (Kuphelile)
Kuphelile
Kuphelil'ubanguMagum'angithol'emzini yabantu bantwabami
Kuphelile (Kuphelile)
Kuphelile
Kuphelil'ubang'uMagum'angithol'emzini yabantu bantwabami
Jabulani bantwabami (Hay awuzwa)
Jabulani bantwabami
Yil'ikhaya lenu leli
Jabulani bantwabami (Hay awuzwa)
Jabulani bantwabami
Yil'ikhaya lenu leli
Jabulani bantwabami
Yil'ikhaya lenu leli (Yil'ikhaya lenu leli)
Jabulani bantwabami
Yil'ikhaya lenu leli (Sekephelil'ukuhlupheka)
Jabulani bantwabami
Yil'ikhaya lenu leli
Jabulani bantwabami
Yil'ikhaya lenu leli (Yil'ikhaya lenu leli)
Jabulani bantwabami
Yil'ikhaya lenu leli (Sekuphelil'ukuhlupheka)
Jabulani bantwabami
Yil'ikhaya lenu leli
Jabulani bantwabami (Jabulani bantwabami)
Yil'ikhaya lenu leli
Jabulani bantwabami (Hay awu awu)
Jabulani bantwabami
Yil'ikhaya lenu leli
Hambizwe Nkosi yam
Ng'hambizwe (Weh mkami)
Ng'hambizwe (Zingane zami)
Izw'eningalazi
Ngiye ngafika nakwaZulu
Ngathola indawo
Ngathola nenxeba lomzi wami
Ng'hambizwe (Bantwabami)
Ng'hambizwe (Zingane zami)
Izw'eningalazi