Ifa Leziwula
Uban'obengasebenzel'amahala mina ngeke
Mina ngeke
Ngisebenzele mahala mina ngeke
Uban'obengasebenzel'amahala mina ngeke
Mina ngeke
Ngisebenzele mahala mina ngeke
Oh uban'obengasebenzel'amahala mina ngeke
Mina ngeke
Ngisebenzele mahala mina ngeke
Oh uban'obengasebenzel'amahala mina ngeke
Mina ngeke
Ngisebenzele mahala mina ngeke
Kwash'abadala (Kwash'abadala yebo)
Bathi ifa leziwula liyodliwa izihlakanipho uyelele ma
(Uyelele mama)
Kwash'abadala (Kwash'abadala ngempela)
Bathi ifa leziwula liyodliwa izihlakanipho uyelele ma
(Uyelele mama)
Kwash'abadala (Kwash'abadala yebo)
Bathi ifa leziwula liyodliwa izihlakanipho uyelele ma
(Uyelele mama)
Kodwa ngeke kulunge
Kodwa ngeke kulunge
Bath'indoda naleyo ndod'idl'isisthukuthuku sayo uyelele mama
Kwash'abadala (Kwash'abadala yebo)
Bathi ifa leziwula liyodliwa izihlakanipho uyelele ma
(Uyelele mama)
Kwash'abadala (Kwash'abadala yebo)
Bathi ifa leziwula liyodliwa izihlakanipho uyelele ma
(Uyelele mama)
Kwash'abadala (Kwash'abadala ngempela)
Bathi ifa leziwula liyodliwa izihlakanipho uyelele ma
(Uyelele mama)
Uyelele mama (Uyelele mama)
Uyelele mama (Kodwa ngeke kulunge)
Uyelele mama (Kodwa ngeke kulunge weh ndoda)
Uyelele mama (Kodwa ngeke kulunge)
Uyelele mama (Kodwa ngeke kulunge weh ndoda)
Awuyekel'into zabantu