Abafana Baseqhudeni

Inkunzi Yimi


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Yini ngath'ufun'ukungishayel'umtheth'emzini wami
Yey wena mfazi
Oh oh aah

Yini ngath'ufun'ukungishayel'umtheth'emzini wami
Yey wena mfazi
Oh oh aah, oh oh aah

Lalela ngikutshele
Ukuthi
Akunankunz'ezimbili la ekhaya

Lalela ngikutshele
Ukuthi
Akunankunz'ezimbili la ekhaya

Inkunzi yimi kuphela
Angifune kuphendulwa
Ngithi inkunzi yinye kuphela
Angidinge mpendulo

Inkunz' yimi
Umnumzane yimi kulomuzi wami
Inkunz' yimi
Oh kulomz' wami

Inkunzi yimi
Umnumzane yimi kulomuzi wami
Inkunz' yimi
Maye kulomz' wami

Inkunzi yimi
Umnumzane yimi kulomuzi wami
Inkunz' yimi
Maye babo kulomz' wami

Yini ngath'ufun'ukungishayel'umtheth'emzini wami
Weh hey wena mfazi
Oh oh aah, oh oh aah

Yini ngath'ufun'ukungishayel'umtheth'emzini wami
Ngisho kuwe mfazi
Oh oh aah, oh oh aah

Inkunz' yimi
Umnumzane yimi kulomuzi wami
Inkunz' yimi
Oh kulomz' wami

Inkunz' yimi
Umnumzane yimi kulomuzi wami
Inkunz' yimi
Jona na weh kulomz' wami

Inkunz' yimi
Umnumzane yimi kulomuzi wami
Inkunz' yimi
Jona na weh kulomz' wami

Inkunz' yimi
Umnumzane yimi kulomuzi wami
Inkunz' yimi