
Intokazi
Yaze yayinhle lentokazi
Ibhubhuzel'uboy'ebuswen'
Umzimba wonk'uyashelela
Yaze yayinhle lentokazi
Ibhubhuzel'uboy'ebuswen'
Umzimba wonk'uyashelela
Ngiyayithanda
Ngiyayithanda lengan'yabantu
Ngiyayithanda
Ngiyayithanda lengan'yabantu
Woza kimi woza
Ngiyakuthanda weh mntan'omuntu
Woza kimi woza
Ngiyakuthanda weh mntan'omuntu
Mangithi ngiyayibhek'iyashalaza
Ngizoyibon'ukushona kwelanga
Mangithi ngiyayibhek'iyashalaza
Ngizoyibon'ukushona kwelanga
Ungaboyibamb'uzoyicasula
Wen'ushela njengesishimane
Woza kimi woza
Ngiyakuthanda weh mntan'omuntu
Ngiyakuthanda
Ngiyakuthanda weh mntan'omuntu
Yaze yayinhle lentokazi
Ibhubhuzel'uboy'ebuswen'
Umzimba wonk'uyashelela
Yaze yayinhle lentokazi
Ibhubhuzel'uboy'ebuswen'
Umzimba wonk'uyashelela
Mangithi ngiyayibhek'iyashalaza
Ngizoyibon'ukushona kwelanga
Mangithi ngiyayibhek'iyashalaza
Ngizoyibon'ukushona kwelanga
Ungaboyibamb'uzoyicasula
Wen'ushela njengesishimane
Ngiyakuthanda
Ngiyakuthanda weh mntan'omuntu
Ngiyakuthanda
Ngiyakuthanda weh mntan'omuntu
Woza kimi woza
Ngiyakuthanda weh mntan'omuntu
Woza kimi woza
Ngiyakuthanda weh mntan'omuntu
Kodwa ngiyakuthanda
Ngiyakuthanda weh mntan'omuntu
Ungaboyibamb'uzoyicasula
Wen'ushela njengesishimane