Soul Brothers

Intombi Yami


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Hlukana nentombi yam weh ndoda
Hlukana nentombi yam weh ndoda
Kukhon'okuzokwethusa
Ngithi kukhon'okuzokwethusa

Hlukana nentombi yam weh ndoda
Hlukana nentombi yam weh ndoda
Kukhon'okuzokwethusa
Ngithi kukhon'okuzokwethusa

Wen'uhlala uhleka
Kant'ushel'umkami
Ingath'uzong'dina manje

Wen'uhlal'uhleka
Kant'ushel'umkami
Ingath'uzong'dina manje

Wen'uhlal'uhleka
Kant'ushel'umkami
Ingath'uzong'dina manje
Ingath'uzongicasula manje

Mngani wam kodw'ungenzani
Wen'ingath'uzongidina manje

Mngani wam kodw'ungenzani
Wen'ingath'uzongidina manje

Hlukana nentombi yam weh ndoda
Hlukana nentombi yam weh ndoda
Ingath'uzongicasula manje

Wen'uhlal'uhleka
Kant'ushel'umkami
Ingath'uzong'dina manje

Wen'uhlal'uhleka
Kant'ushel'umkami
Ingath'uzongicasula manje

Wen'uhlal'uhleka
Kant'ushel'umkami
Ingath'uzong'dina manje

Hlukana nentombi yam weh ndoda
Hlukana nentombi yam weh ndoda
Kukhon'okuzokwethusa
Ngithi kukhon'okuzokwethusa

Mngani wam kodw'ungenzani
Wen'ingath'uzongidina manje
Mngani wam kodw'ungenzani
Wen'ingath'uzongidina manje