Imitshotshovu

Isidudla Sami - Pt. 2


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

I'ntombi ziningi eningazishela
Kodwa nisifunan'isdudla sami
I'ntombi ziningi la ngaphandle
Kodwa nisifunan'isdudla sami

Niwonelani umoya wami
Kodwa niyifunani intombi yami
Niwonelani umoya wami
Kodwa niyifunani intombi yami

Ngabe ngenzeni na
Ngabe ngenzeni kini
Ngabe ngenzeni na
Ngabe ngenzeni kini

I'ntombi ziningi eningazishela
Kodwa nisifunan'isdudla sami
I'ntombi ziningi la ngaphandle
Kodwa nisifunan'isdudla sami

Ngabe ngenzeni na
Ngabe ngenzeni kini
Ngabe ngenzeni na
Ngabe ngenzeni kini
Ngabe ngenzeni na
Ngabe ngenzeni kini

I'ntombi ziningi eningazishela
Kodwa nisifunan'isdudla sami
I'ntombi ziningi la ngaphandle
Kodwa nisifunan'isdudla sami


Writer/s: David Masondo, Moses Ngwenya