Isikhwele
Ngixolele mntakwethu nami angizenzi
Ngixolele mntakwethu nami angizenzi
Ngenziwa isikhwele, nami angizenzi
Ngixolele mntakwethu nami angizenzi
Ngixolele mntakwethu nami angizenzi
Ngenziwa isikhwele, nami angizenzi
Ngikuthanda too much
Ngikuthanda too much
Nawe dali usuk'ungithinte lapha
Uphind'ungithinte la
Nalaph'ungithinte futhi
Nawe dali usuk'ungithinte lapha
Uphind'ungithinte la
Nalaph'ungithinte futhi
Mina bengithi ngikunika lonk'uthando olufunayo
Hhayi ukuthi angikwethembi
Nginomona ngawe ngishesha kab'ukudideka
Angibe ngisa understanda

Isikhwele sami lesi esingixabanisa nawe
Dali ngixolele, akulon'iphutha lakho leli
Dali ngixolele
Isikhwele sami lesi esingixabanisa nawe
Dali ngixolele, akulon'iphutha lakho leli
Dali ngixolele
(Mina bengithi ngikunika lonk'uthando olufunayo)
(Hhayi ukuthi angikwethembi)
Isikhwele sivutha amalangabi
(Nginomona ngawe ngishesha kab'ukudideka)
(Angibe ngisa understanda)
Ngicel'ungenze ngi understand