Isiphithiphithi
We ntombazane ngicel' ungitshele kahle
Kwenzakalani la kwenzakalani
Wena ntombazane ngicel' ungitshele kahle
Kwenzakalani la kwenzakalani
Kuyaphithizela la awu kwenzakalani
Awu mina angizwani nesphithiphithi
Kuyaphithizela la awu kwenzakalani
Awu mina angizwani nesphithiphithi
We ntombazane (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Ngicel' ungitshele kahle kwenzakalani la
(isiphithiphithi mina angizwani naso)
We ntombazane (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Ngicel' ungitshele kahle kwenzakalani la
(isiphithiphithi mina angizwani naso)
Kwenzakalani
Awu mina angizwani nesphithiphithi
(isiphithiphithi mina angizwani naso)
Awu mina angizwani nesphithiphithi
(isiphithiphithi mina angizwani naso)
Abafana abangaka kwenzakalani
(isiphithiphithi mina angizwani naso)
Awu mina angizwani nesphithiphithi
(isiphithiphithi mina angizwani naso)
Bayangena bayaphuma bayaphuma bayangena
Kwenzakalani la
Awungitshele kahle awungitshele kahle
Mina angizwani nesphithiphithi
We ntombazane (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Awungitshele kahle kwenzakalani la
(isiphithiphithi mina angizwani naso)
We ntombazane (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Awungitshele kahle kwenzakalani la
(isiphithiphithi mina angizwani naso)
Ngicel' ungicacisele (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Khona ngizohamba kwenzakalani la kwenzakalani la
(isiphithiphithi mina angizwani naso)
Awu ngicel' ungicacisele (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Khona ngizohamba kwenzakalani la kwenzakalani la
(isiphithiphithi mina angizwani naso)
Abafana abangaka
Ngabangani bakho bonke yini laba na
Abafana abangaka
Ngabangani bakho bonke yini laba na
Kuyaphithizela la kwenzakalani
Awu mina angizwani nesphithiphithi
Awungitshele kahle khona ngizohamba
Awungitshele kahle
Ngicel' ungicacisele khona ngizohamba
Mina angizwani nesphithiphithi
Cacisa (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Awu cacisa (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Awu cacisa (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Wena ntombi cacisele mina bo Awungitshele kahle (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Awungitshele kahle (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Mina angizwani nesphithiphithi (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Homina ngicel' ungicacisele (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Ngihlale noma ngihambe (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Ngihlale noma ngihambe (isiphithiphithi mina angizwani naso)
Homina ngicel' ungicacisele (isiphithiphithi mina angizwani naso)