Izenzo
Cishe ngafa wemntanami ngalezenzo zakho
Cishe ngafa wemntanami ngalezenzo zakho
Cishe ngafa wemntanami ngalezenzo zakho
Wavelelwa wemntanami, uzowamel'amacal'akho

Ngakutshela kudala ngathi yekel'ukuganga
Ngakutshela kudala ngathi yekel'intozabantu

Inhliziyo yami ngek'ikuthol'ukuphumula ngawe wemntanami
Inhliziyo yami ngek'ikuthol'ukuphumula ngalezenzo zakho
Cishe ngafa wemntanami ngalezenzo zakho
Wavelelwa wemntanami, uzowamel'amacal'akho
Cishe ngafa wemntanami ngalezenzo zakho
Wavelelwa wemntanami, uzowamel'amacal'akho
Inhliziyo yami ngek'ikuthol'ukuphumula ngawe wemntanami
Inhliziyo yami ngek'ikuthol'ukuphumula ngawe wemntanami
Writer/s: Nkosinathi Ngwenya, Sicelo Ndlela