Soul Brothers

Kulele Kunye


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Ngithi kulele kunye
Ngithi kulele kunye
Ukuba kubili ngabe kuyavusana
Ukuba kubili ngabe kuyavusana

Ngithi kulele kunye
Ngithi kulele kunye
Ukuba kubili ngabe kuyavusana
Ukuba kubili ngabe kuyavusana

Myekeleni, myekelen'enz'int'ayithandayo
Bayosala bemduduza bemkhohlisa
Beth'um'enz'int'enhle
Um'enz'int'enhle
Kanti badlala ngaye bayamkhohlisa
Kanti badlala ngaye bayamduduza

Myekeleni, myekelen'enz'int'ayithandayo
Bayosala bemduduza bemkhohlisa
Beth'uwenz'intenhle
Um'enz'int'enhle
Kanti badlala ngaye bayamkhohlisa
Kanti badlala ngaye bayamduduza

Myekeleni bo
Myekeleni uzoyidel'inkani
Myekeleni bo (Ah weh weh)
Myekeleni uzoyidel'inkani (Ah ungazi yozala nkomo ni?)
Myekeni ngempela
Myekeleni bo (Ah weh weh)
Myekeleni uzoyidel'inkani (Ah ungazi yozala nkomo ni?)
Myekeni ngempela

Ngithi kulele kunye
Ngithi kulele kunye
Ukuba kubili ngabe kuyavusana
Ukuba kubili ngabe kuyavusana

Ngithi kulele kunye
Ngithi kulele kunye
Ukuba kubili ngabe kuyavusana
Ukuba kubili ngabe kuyavusana

Myekeleni, myekelen'enz'int'ayithandayo
Bayosala bemduduza bemkhohlisa
Beth'um'enz'int'enhle
Um'enz'int'enhle
Kanti badlala ngaye bayamkhohlisa
Kanti badlala ngaye bayamduduza

Myekeleni, myekelen'enz'int'ayithandayo
Bayosala bemduduza bemkhohlisa
Beth'um'enz'int'enhle
Um'enz'int'enhle
Kanti badlala ngaye bayamkhohlisa
Kanti badlala ngaye bayamduduza

Myekeleni bo (Ah weh weh)
Myekeleni uzoyidel'inkani (Ah ungazi yozala nkomo ni?)
Myekeni ngempela
Myekeleni bo (Ah weh weh)
Myekeleni uzoyidel'inkani (Ah ungazi yozala nkomo ni?)
Myekeni ngempela
Myekeleni bo
Myekeleni uzoyidel'inkani
(Ah weh weh ungazi iyozala nkomo ni)
Myekeleni bo (Myekeni ngempela)