Kuyahlekw' Emikhukhwini
Owangen'emshadweni ngokweqiniso yen'uyaphumelela (Yingako yena ehlal'ejabule njalo)
Owangen'emshadweni ngob'efun'inzuzo nemali akak'thol'ukujabula (Yingakho yena ehlal'ekhala njalo)

Owangen'emshadweni ngob'ebhek'inzuzo nemali akak'thol'ukujabula (Yingakho yena ehlal'ekhala njalo)
Owangen'emshadweni ngokweqiniso yen'uyaphumelela (Yingako yena ehlal'ejabule njalo)
Owangen'emshadweni ngob'efun'inzuzo nemali akak'thol'ukujabula (Yingakho yena ehlal'ekhala njalo)
Bayakhal'emabhilidini (Bayakhal'emabhilidini kodwa abahlal'emkhukhwini banothando bahleka kuze kuse)

Webakithi kunzim'emabhilidini (Kodwa abahlal'emkhukhwini banothando bahleka kuze kuse)

Bayakhal'emadilobheni (Bayakhal'emadilobheni kodwa abahlal'emakhaya banothando bahleka kuze kuse)

Webakithi kunzim'emadilobheni (Kodwa abahlal'emakhaya banothando bahleka kuze kuse)