Lendaba
Hlalani phansi nikhulume lendaba
Akukh'okungalungi
Hlalani phansi nikhulume lendaba
Akukh'okungalungi
Isiphamban'akukho okungalungi
Hlalani phansi nikhulume lendaba
Akukh'okungalungi
Hlalani phansi nikhulume lendaba
Akukh'okungalungi
Isiphamban'akukho okungalungi
Owakho lomuntu wamkhetha phambi komfundisi
Cabangisisa isinqumo sakho, cabangisisa
Owakho lomuntu wamkhetha phambi komfundisi
Cabangisisa isinqumo sakho, cabangisisa
Okoniwe umlomo, kuyolungiswa yiwo futhi
Hlalani phansi nibonisane
Okoniwe umlomo, kuyolungiswa yiwo futhi
Hlalani phansi nibonisane
Yonke lemizi uyibona nje inezindaba zayo
Yonke lemizi uyibona nje inezindaba
Ziyakhulunyw'izindaba zemizi
Zikhulunyelwa phansi
Ziyakhulunyw'izindaba zemizi
Zikhulunyelwa phansi
Awubuy'emnyango, umeleni emnyango
Awubuy'emnyango, umeleni emnyango
Okoniwe umlomo, kuyolungiswa yiwo futhi
Hlalani phansi nibonisane
Okoniwe umlomo, kuyolungiswa yiwo futhi
Hlalani phansi nibonisane
(Owakho lomuntu wamkhetha phambi koMfundisi)
Wawuthini kanti kuMfundisi
(Cabangisisa isinqumo sakho, cabangisisa)
Wathi ebuhleni nasebubini
(Owakho lomuntu wamkhetha phambi koMfundisi)
Wawuthini kanti kuMfundisi
(Cabangisisa isinqumo sakho, cabangisisa)
Wathi ebuhleni nasebubini
Hlalani phansi nikhulume lendaba
Akukh'okungalungi
Hlalani phansi nikhulume lendaba
Akukh'okungalungi
Isiphamban' akukho okungalungi
Hlalani phansi nikhulume lendaba
Akukh'okungalungi
Hlalani phansi nikhulume lendaba
Akukh'okungalungi
Isiphamban'akukho okungalungi
Okoniwe umlomo, kuyolungiswa yiwo futhi
(Hlalani phansi nibonisane)
Sekungaze kuchithek'umuzi
Okoniwe umlomo, kuyolungiswa yiwo futhi
Hlalani phansi nibonisane
Okoniwe umlomo, kuyolungiswa yiwo futhi
(Hlalani phansi nibonisane)
Sekungaze kuchithek'umuzi
(Owakho lomuntu wamkhetha phambi koMfundisi)
Wawuthini kanti kuMfundisi
(Cabangisisa isinqumo sakho, cabangisisa)
Wathi ebuhleni nasebubini
(Owakho lomuntu wamkhetha phambi koMfundisi)
Wawuthini kanti kuMfundisi
(Cabangisisa isinqumo sakho, cabangisisa)
Wathi ebuhleni nasebubini
(Okoniwe umlomo, kuyolungiswa yiwo futhi)