Imithente

Luyez' Usuku

Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Engabe lokh'engakwenza kuwe ngiyoxolelwa na (Ngokwami mina ngaxola)
Engabe lokh'owakwenza kimi kuyoxolelwa yini (Angazi nom'uyong'xolela)
Leli cala lami nawe njengoba lihlula lomhlaba liyothethw'ezulwini (Angazi ke noma liyothethwa khona)

Luyez'usuku (Olwakho)
Liyez'ilanga (Elami)
Lapho k'yothethwa khona amacal'ami nawe lapho k'yophuma khon'isahlulelo

Nom'ungenza kanjani (Luyeza)
Nom'ngang'hlupha kanjani (Luyeza)
Lapho k'yothethwa khon'izono zami nawe lapho k'yophuma khon'isijeziso

Thandaz'uqine (Luyeza)