
Mabayeke
Thina sizwe (thina sizwe esimnyama)
Sikakhalela (sikhalela izwe lethu)
Elathathwa (elathathwa ngabamhlophe)
Elathathwa (elathathwa ngabamhlophe)
Mabayeka (mabaye' umhlaba wethu)
Mabayeka (mabaye' umhlaba wethu)
Mabayeka (mabaye' umhlaba wethu)
Mabayeka (mabaye' umhlaba wethu
Abantwana (abantwana be Africa)
Bakhalela (bakhalela izwe labo)
Elathathwa (elathathwa ngabamhlophe)
Elathathwa (elathathwa ngabamhlophe)
Mabayeka (mabaye' umhlaba wethu)
Mabayeka (mabaye' umhlaba wethu)
Mabayeka (mabaye' umhlaba wethu)
Mabayeka (mabaye' umhlaba wethu
(abantwana be Africa)
(bakhalela izwe labo)
(elathathwa ngabamhlophe)
(elathathwa ngabamhlophe)