Amaryoni

Malibongwe


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Baba somandla
Sibulela kuwe ngosipha
Konke osipha kona
Umhlaba nolwandle nezilwane
Nezithelo nakho konke okuphila kuwo

Malibongwe igama lakhe
Malibongwe igama lakhe

Baba somandla
Sibulela kuwe ngosipha
Konke osipha kona
Umhlaba nolwandle nezilwane nezithelo
Nakho konke okuphila kuwo

Malibongwe igama lakhe
Malibongwe igama lakhe

Malibongwe igama lakhe (lakhe)
Malibongwe (malibongwe) igama lakhe (igama lakhe)
Malibongwe igama lakhe (lakhe)
Malibongwe (malibongwe) igama lakhe

Malibongwe igama lakhe
Malibongwe igama lakhe

Sesifikile ezweni lesithembiso
Baba inkululeko sekungeyethu
Malibongwe igama lakhe
Malibongwe igama lakhe

Sicel' izinkokheli
Malibongwe igama lakhe
Malibongwe igama lakhe
Malibongwe igama lakhe
Yebo malibongwe igama lakhe
Yebo malibongwe igama lakhe
Yebo malibongwe igama lakhe
Yebo malibongwe igama lakhe
Yebo malibongwe igama lakhe