
Mamthembu
Mabhungu namatshitshi
Masambeni siy'emafusini maye
Mabhungu namatshitshi
Masambeni siy'emafusini
Siyokwenzani thina
Siyodl'ugquzu nomsobo nejinjolo
Siyokwenzani khona
Thina siyodl'ugquzu nomsobo nejinjolo
Sewukhalelani Mamthembu
Sewukhalelani mfaz'wenduna
Sowukhalelani Mamthembu
Sowukhalelani mfaz'wenduna
Sowukhalelani Mamthembu
Sowukhalelani mfaz'wenduna
Uyakhala uMamthembu
Ngoba sekunguyen'ongqush'ekhaya
Uyakhal'uMamthembu
Ngoba sekunguyen'ongqush'ekhaya
Uyakhal'uMamthembu
Ngoba sekunguyen'ongqush'ekhaya
Sewukhalelani Mamthembu
Kodw'ukhalelani mfaz'wenduna
Sewukhalelani Mamthembu
Kodw'ukhalelani mfaz'wenduna
Ukhalelani awu yini Mamthembu
Kwenze njani hau mawe mfaz'wenduna
Oh nami niyamkhalela
Ngempela niyamkhalisa
Oh nami niyamkhalela
Aw kodwa niyamkhalisa
Uyakhal'uMamthembu
Ngoba sekunguyen'undos'ekhaya
Uyakhal'uMamthembu
Ngoba sekunguyen'undos'ekhaya
Wasilaya mfana (Uyakhal'uMamthembu)
Ngoba sekunguyen'undos'ekhaya
Sewukhalelani Mamthembu
Sewukhalelani mfaz'wenduna
Sewukhalelani Mamthembu
Sewukhalelani mfaz'wenduna
Sewukhalelani Mamthembu
Sewukhalelani mfaz'wenduna
Uyakhala uMamthembu
Ngoba sekunguyen'undosh'ekhaya
Uyakhala uMamthembu
Ngoba sekunguyen'undosh'ekhaya
Ukhalelani awu yini Mamthembu
Ukhala ngakhon'awu yeh madoda
Niyamkhalisa
Aw nami ngiyamkhalisa
Oh nami ngiyamkhalisa
Oh nami ngiyamkhalela
Ngempela umfaz'wenduna
Ngiyamkhalela mina aw nang'uMamthembu
Ngiyamkhalisa ngempela