Simmy

Nawe


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Awu seng'ze ngam'thola ofana nawe
Ufun'uqobo lwami, lutho oluningi
Asevele akubona amehlo ami
Nenhliziyo yami yona isivumile
Oh kuphele izinsuku, k'phele amaviki
K'phele nezinyanga ngicinga wena
Oh kuphele izinsuku k'phele amaviki
K'phele nezinyanga ngicinga wena, ngicinga wena

Kudala ngihamba mina ngifunana nawe
Ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe
Ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe
Ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe
Ng'funana nonjengawe

Sengize ngam'thola ofana nawe
Omelana nami awubuz'okuningi
Usuvele wakukhetha umuno wami
Nengqondo yami yona isivumile
Oh kuphele izinsuku, k'phele amaviki
K'phele nezinyanga ngicinga wena
Oh kuphele izinsuku k'phele amaviki
K'phele nezinyanga ngicinga wena, ngicinga wena

Kudala ngihamba mina ngifunana nawe
Ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe
Ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe
Ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe
Ng'funana nonjengawe


Writer/s: SANELE TRESURE SITHOLE, SIMPHIWE MAJOBE NHLANGULELA