Ndifuna Imali
Kudala ngihamba nalomhlaba wonke
Ndifunana nemali
Kudala ngihamba nalomhlaba wonke
Ndifunana nemali
Ngishiy’izingane zizodwa
Ngishiye abazali bahluphekile
Ngishiy’izingane zizodwa
Ngishiye abazali bahluphekile
Ngingena ngiphuma kuyo yonke lemizi
Ngingena ngiphuma kuyo yonke lemizi
Fun'imali
Ngingena ngiphuma kuyo yonke lemizi
Ngingena ngiphuma kuyo yonke lemizi
Fun'imali
Ngicela usizo kuni nonke
Ngicela uncedo kuni nonke emhlabeni
Ngicela usizo kuni nonke
Ngicela uncedo kuni nonke emhlabeni
Yintoni eyenza ukuba mina ngihlupheke kanjena
Yintoni eyenza ukuba mina ngihlupheke kanjena
Oh mama
Yintoni eyenza ukuba mina ngihlupheke kanjena
Yintoni eyenza ukuba mina ngihlupheke kanjena
Oh mama
Ndiye ndazama ukufuna umsebenzi
Kodwa awukho
Ndithe xa ndivuka ekseni ndibon'ingane zami
Ukuthi ziyalila kungena nesonka
Ndiye ndazama ukufuna umsebenzi
Kodwa awukho
Ndithe xa ndivuka ekseni ndibon'ingane zami
Ukuthi ziyalila kungena nesonka