
Ngifel'ubala
Wena mawung'bona uyashalaz’angazi kanjani
Yini mawung'bon’ufihl’amehlo yaz’iyang'hlupha lendaba
Wena mawung'bona uyashalaz’angazi kanjani
Yini mawung'bon’ufihl’amehlo yaz’iyang'xaka lendaba hawu
Uvumelani Edlale ngaw’usathane
Kodw’uvumelani Edlale ngaw’usathane
Awubheke sewunjani
Uma ngonile kuwe woza s'khulume ngoxolo
Uma ngonile kuwe ng'tshele
Uma ngonile kuwe woza s'khulume ngoxolo
Uma ngonile kuwe ng'tshele
Hhay’ukukhuluma kabi ngegama lami
Hhay’ukukhuluma kabi ngegama lami
Ngaze ngafa ngifel'ubala
Ulimi luyawaqhobozela amathambo
Hlukana nokung'hleba
Ngaze ngafa ngifel'ubala
Ulimi luyawaqhobozela amathambo
Hlukana nokung'hleba
Hlukana nokungihleba
Wena mawung'bona uyashalaz’angazi kanjani
Yini mawung'bon’ufihl’amehlo yaz’iyang'hlupha lendaba
Wena mawung'bona uyashalaz’angazi kanjani
Yini mawung'bon’ufihl’amehlo yaz’iyang'xaka lendaba hawu
Uvumelani adlale ngaw’usathane
Kodw’uvumelani adlale ngaw’usathane
Awubheke sewunjani
Ngaze ngafa ngifel'ubala
Ulimi luyawaqhobozela amathambo
Hlukana nokung'hleba
Ngaze ngafa ngifel'ubala
Ulimi luyawaqhobozela amathambo
Hlukana nokung'hleba
Ngaze ngafa ngifel'ubala
Ulimi luyawaqhobozela amathambo
Hlukana nokung'hleba