Ngilinde Wena
Wobuy’ubuye we mntanomuntu ng'sak'thanda
Ngilinde wena sthandwa hamb’ubuy’uyong'fica la wangishiya khona

Wobuy’ubuye we mntanomuntu ng'sak'thanda wo namanje ngisak'lindile
Mangabe ngikonile mntakwethu masihlale phansi sikhulume

Ng'xolele mntanomuntu yehlis’umoya wakho
Ng'xolele mntanomuntu yehlis’inhliziyo yakho
Incenge mntanami izovuma
Wobuy’ubuye we mntanomuntu ng'sak'thanda
Ngilinde wena sthandwa hamb’ubuy’uyong'fica la wangishiya khona
Wobuy’ubuye we mntanomuntu ng'sak'thanda (wo namanje ngisak'lindile)
Wobuy’ubuye we mntanomuntu ng'sak'thanda (namanje ngisak'lindile)