Afrotraction

Ngiphelele

Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Ngiphelele uma nginawe
Ngiphelele uma nginawe
Ngifuna nje ukuba seduze nawe
Ngifuna nje ukuba seduze nawe mina
Ngifuna nje ukuba seduze nawe
Ngifuna nje ukuba seduze nawe mina

Engikufunayo ukuthi ngibe nawe everyday
Bamb'isandla sami ntombazana ungasuki kimi
Ngoba ngiyaphuphuma ngigcwele usubonile nawe
Ngiyathembisa ngifun'ukuba nawe
Singenza noma yini baby

Ngiphelele uma nginawe
Ngiphelele uma nginawe
Ngiphelele, ngiphelele
Ngifuna nje ukuba seduze nawe (Oh ha ha ha)
(Ukuba seduze nawe)
Ngifuna nje ukuba seduze nawe mina (Oh ha ha ha)
(Ukuba seduze nawe)
Ngifuna nje ukuba seduze nawe (Oh ha ha ha)
(Ukuba seduze nawe)
Ngifuna nje ukuba seduze nawe mina (Oh ha ha ha)
(Ukuba seduze nawe)

Oh oh oh oh
Yisimanga lendlel'engikuthanda ngayo
Wena uyangiseta, uyangijova my pukununu
Mina ngiyaphuphuma ngigcwele
Uyazibonela nawe
Ngiyathembisa ngifun'ukuba nawe
Singenza noma yini baby

Ngiphelele uma nginawe
Ngiphelele uma nginawe
Ngiphelele, ngiphelele ngiphelele
Ngifuna nje ukuba seduze nawe (Oh ha ha ha)
Ukuba seduze nawe
Ngifuna nje ukuba seduze nawe mina (Oh ha ha ha)
Ukuba seduze nawe

Ngiphelele uma nginawe
(Ngiphelele, ngiphelele)
Ngiphelele uma nginawe
(Ngiphelele, ngiphelele)
Ngifuna nje ukuba seduze nawe (Oh ha ha ha)
(Ukuba seduze nawe)
Ngifuna nje ukuba seduze nawe mina (Oh ha ha ha)
(Ukuba seduze nawe)

Abant'abangiyekele, ngiyekele
Ngiphelele uma nginawe
Abangiyekele, ngiyekele
Ngijabule uma nginawe
Abantu abangiyekele yekele
Ngijabule uma nginawe
Abantu abangiyekele dali
Ngi enjoy-e impilo yami nawe