
Ngiyesaba
Yathi iyi zinsizwa
Kungena ngapha kuphume ngale
Ungixolele bhuti
Inkinga ayikho kuwe yimi
Ngithi ukhona na
Ongavuma ukuthi uthando lulula
Ngithi ukhona na
Othi othandweni kuyashelela
Seng'phelile ukusha mina
Aw' seng'khathele ukusha mina
Seng'phelile ukusha mina
Aw' seng'khathele ukusha mina
Ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo
Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlaba
Ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo
Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlaba
Aningichazeleni
Mhlambe khona la ngiymosha khona
Aaay
Ngiyemuva ngiyaphambili
Kimi kuyafana
Ngithi ukhona na
Ongavuma ukuthi uthando lulula
Ngithi ukhona na
Othi othandweni kuyashelela
Seng'phelile ukusha mina
Aw' seng'khathele ukusha mina
Aw' seng'phelile ukusha mina
Aw' seng'khathele ukusha mina
Ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo
Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlaba
Ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo
Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlaba
Ngithi ngiyesaba ukuwela ngonyawo
Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlaba
(Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlaba)
Writer/s: SANELE TRESURE SITHOLE, SIMPHIWE MAJOBE NHLANGULELA