
Ngizobambelela
3. NGIZOBAMBELELA (Afrosoul ft Hwabaraty)
Intro (Ah hhe ye Ah hhe ye)
Ngibambelela emaphusheni ami
Soze ngiguquke noma kunzima
ngisebenze kanzima for umndeni wami
ngizophumelela njengo baba wami
Soze ngiphele amandla, noma bengakhuluma
noma bengathini , ngizobambelella
Ngizobambelela
Nomindlela inganzima
Ngizobambelela
Kulikhuni Kwanyukela
Ngizobambelela
Bekhuluma ngegamalami
Ngizobambelela
Kudala sihulaza kade sihlupheka
Ngeke saphela amandla
Ngeke saphela umoya
Ngizobambelela
Nomindlela inganzima
Ngizobambelela
Kulikhuni Kwanyukela
Ngizobambelela
Bekhuluma ngegamalami
Ngizobambelela
Abantu bayakhuluma
abantu bayasola
hhe hhe hhe
ngizobambele
ngibambelela ngiqinisele nami...
Ngizobambelela
Nomindlela inganzima
Ngizobambelela
Kulikhuni Kwanyukela
Ngizobambelela
Bekhuluma ngegamalami
Ngizobambelela
Writer/s: Afrosoul