
Ofana Nawe
Angikaze ngibon'ofana nawe
Kuwo wonke lomhlaba
Ubuhle bakho abuthengwa
Bukhanya noma uhamba
UNkulunkulu watshala kuw'imbewu
Waze wanisela ngamanzi acwebile
Wentombazane ungadel'ubuhle obuvela phakathi
Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami
Akaz'abon'ofana nawe
Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami
Akaz'abon'ofana nawe
Anginandaba nemvelaphi yakho
Ngish'isiqu sakho
Ngithand'indel'ophath'abantu ngayo
Nokuzotha kwakho
Khumbul'ukuthi ubuhle obuvela ngaphakathi
Bungawujika ngish'umphefumlo
Wentombazane kuko konke oyikho
Ngithand'inhliziyo
Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami
Akaz'abon'ofana nawe
Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami
Akaz'abon'ofana nawe
Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami
Akaz'abon'ofana nawe
Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami
Akaz'abon'ofana nawe
(Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami) Amehlo ami
(Akaz'abon'ofana nawe) Amehlo ami
(Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami) Amehlo ami
(Akaz'abon'ofana nawe) Amehlo ami
(Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami) Amehlo ami
(Akaz'abon'ofana nawe) Amehlo ami
(Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami) Amehlo ami
(Akaz'abon'ofana nawe)
Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami
Akaz'abon'ofana nawe
Akaz'abon'ofana naw'amehlo ami
Akaz'abon'ofana nawe