
Sadlula Thina
Nizwe ngobani na bafana
Sizwe ngenkosane yethu
Ukuthi masibophe amabhande
Akusekangakhi sisho khona
Nithini weh bafana
Sizwe ngenkosane yethu nizwe ngobani na
Ukuthi masibophe amabhande ngithi bophani amabhande
Akusekangakhi sisho khona
Uthini weh makhwela
Sizwe ngenkosane yethu kulabafana bami
Ukuthi masibophe amabhande hayi amabhande
Akusekangakhi sisho khona
Batshele Makhwela
Sizwe ngenkosane yethu aw labafana
Ukuthi masibophe amabhande baqinis'amabhande
Akusekangakhi sisho khona
Siyendlula thina zishikishane
Bayosala bekhala
Abasizondayo
Bayojabul'abasithandayo
Bayojabul'abasithandayo
Siyendlula thina zishikishane
Bayosala bekhala
Abasizondayo
Bayojabul'abasithandayo
Bayojabul'abasithandayo
Siyedlula thina zishikishane
Nizwe ngobani na bafana
Sizwe ngenkosane yethu
Ukuthi masibophe amabhande
Akusekangakhi sisho khona
Nizwe ngobani na bafana
Sizwe ngenkosane yethu
Ukuthi masibophe amabhande
Akusekangakhi sisho khona
UMakhwela yini na
Sizwe ngenkosane yethu lo osho njalo
Ukuthi masibophe amabhande
Akusekangakhi sisho khona
Wuye lon'umakhwela
Sizwe ngenkosane yethu
Ukuthi masibophe amabhande
Akusekangakhi sisho khona