
Sajika Thina
Basendlelen'abafana baseQhudeni
Baphikelele le eManyeleni
Basendlelen'abafana baseQhudeni
Baphikelele le eManyeleni
Basendlelen'abafana baseQhudeni
Baphikelele le eManyeleni
Lale lani ama gama ethu sonke
Lale lani ama gama ethu sonke
Elami nguNdleb'yazumazambili
Umfo kaZuma waphans'eHammersdale
Shayan'izandla kungena mna Mkoka
Umfo kaMkiz'eMpangeni kwaZulu
Aw mina ngingumfana wembazu
OkaZihlandl'umntwana
Ezans'eNew Khasela
Aw mina ngiwuMgodlagodla umfo kaMabunda
Ngivela le ezans'eNaspoti
Empumalanga
Niyangazi niyangazi
Ngingumfo kaMthimkhulu yebo
Ngivela le
Phesheya komfula
Bahlangabezeni balaleli
Nizawobona nant'unyaw'olusha
Bahlangabezeni balaleli
Nizawobona nant'unyaw'olusha
Bahlangabezeni balaleli
Nizawobona nant'unyaw'olusha
Sajika thina
Uyeyen' uyeyeni
Sangena thina
Kwajabul'abantu bonke
Sajika thina
Uyeyen' uyeyeni
Sangena thina
Kwajabul'abantu bonke
Sajika thina
Uyeyen' uyeyeni
Sangena thina
Kwajabul'abantu bonke