Sengikhathele
Seng'khathele seng'khathele nguwe nay'zolo bes'hlushwa nguwe
Seng'khathele seng'khathele nguwe ay hamb’uyolala bo
Buselw’utshwala aw'zam’uk'yolala kancane
Aw'bon’ukuthi usaphethwe ilala vuka ndoda
Buselw’utshwala aw'zam’uk'yolala kancane
Aw'bon’ukuthi usaphethwe ilala vuka ndoda
Uzoba mabokoboko kaz’uyogug’unjani
Uzoba mabokoboko aw kaz’uyogug’unjani
Uzoba mabokoboko kaz’uyogug’unjani
Izolo lokhu kade bem'shaya s'khulumanje
Ulal’izolo nje esesuth’induku
Emdala kangaka akakhuzeki
Emdala kangaka akalaleli
Uma esedakiw’uyahlupha
Uma eseb'dlil’ushel’abafazi babantu
Bhasobh’ubizw’umgodi
Uzoba mabokoboko kaz’uyogug’unjani
(Umdala kangaka aw'laleli)
Uzoba mabokoboko aw kaz’uyogug’unjani
(Umdala kangaka aw'khuzeki)
Ungaw'nyatheli ngezig’umhlaba uding’inhlonipho
(Umdala kangaka aw'hloniphi)
Ungaw'nyatheli ngezig’umhlaba umhlaba lo