
Sewuyangishiya Nonhlanhla
Wangishiy'uNonhlanhla mina
Ngob'anginankomo
Wangishiy'uNonhlanhla mina
Ngob'anginankomo
Wangishiy'uNonhlanhla mina
Ngob'anginankomo
Wangishiy'uNonhlanhla mina
Ngob'anginankomo
Umoya wami wababuhlungu
Ngasuka lapho ngayosebenza
Ngabuya ngazakhel'umuzi
Umoya wami wababuhlungu
Ngasuka lapho ngayosebenza
Ngabuya ngazakhel'umuzi
Umoya wami wababuhlungu
Ngasuka lapho ngayosebenza
Ngabuya ngazakhel'umuzi
Wangishiy'uNonhlanhla mina
Ngob'anginalutho
Wangishiy'uNonhlanhla mina
Ngob'anginankomo
Umoya wami wababuhlungu
Ngasuka lapho ngayosebenza
Ngabuya ngazakhel'umuzi
Umoya wami wababuhlungu
Ngasuka lapho ngayosebenza
Ngabuya ngazakhel'umuzi
Namhlanje
Ungilandel'ayemzini wami
Uzidlisa kad'elel'eduze kwami
UNonhlanhla
Wehlulekile ngisamthanda
Wehlulekile ngisamthanda mina
Weh zinsizwa bo
Namhlanje
Ungilandel'ayemzini wami
Uzidlisa kad'elel'eduze kwami
UNonhlanhla
Wehlulekile ngisamthanda
Wehlulekile ngisamthanda mina
Namhlanje
Ungilandel'ayemzini wami
Uzidlisa kad'elel'eduze kwami
UNonhlanhla
Wehlulekile ngisamthanda
Oh umoya wami wababuhlungu
Ngasuka lapho ngayosebenza
Ngabuya ngazakhel'umuzi
Heyi wami
Ngith'umoya wami wababuhlungu
Ngasuka lapho ngay'eGoli
Ngabuya ngazakhel'umuzi
Ngithi wami
Umoya wami wababuhlungu
Ngasuka lapho ngayosebenza
Ngabuya ngazakhel'umuzi
Ngithi wami
Wangishiy'uNonhlanhla mina
Ngob'anginankomo
Wangishiy'uNonhlanhla mina
Ngob'anginalutho
Wangishiy'uNonhlanhla mina
Ngob'anginankomo
Wangishiy'uNonhlanhla mina
Ngob'anginalutho
Umoya wami