Shintsh' Ukwenza
Lob'tshwala bakho wab'qala kancane nami ngang'nganakile sthandwa

Wawuqala ukuphuz’utshwala wawuthi uyab'thandiswa
Kodwa manje uyan'mangaza awusabuyeki we sthandwa sami
Hhay’we ndoni yamanzi
Hhayi bhek’ukwenza kwakho
(Bhek’ukwenza kwakho bo izingane sez'khulile)
Mana sthandwa sami
Hhayi shintsh’ukwenza kwakho
(Shintsh’ukwenza kwakho bo izingane sez'khulile)

Hhaybo shintsh’ukwenza kwakho
(Aw'shintsh’ukwenza kwakho bo izingane sez'khulile)
Lob'tshwala bakho wab'qala kancane nami ngang'nganakile

Sthandwa
Wawuqala ukuphuz’utshwala wawuthi uyab'thandiswa
Wawuqala ukuphuz’utshwala wawuthi uyab'thandiswa
Kodwa manje uyan'mangaza awusabuyeki