
Sidedeleni Sedlule
Njengoba nisibona silapha nje
Asizizelanga whoh thina
Sibiziwe sizonijabulisa
Njengoba nisibona silapha nje
Asizizelanga whoh thina
Sibiziwe sizonijabulisa
Njengoba nisibona silapha nje
Asizizelanga whoh thina
Sibiziwe sizonijabulisa
Ningasivimbi
Sidedeleni sedlule
Ningasivimbi ngezandla
Singoxamu kavinjelwa
Ningasivimbi
Sidedeleni sedlule
Ningasivimbi ngezandla
Singoxamu kavinjelwa
Ningasivimbi
Sidedeleni sedlule
Ningasivimbi ngezandla
Singoxamu kavinjelwa
Asiy'emuva madoda
Siya phambili
Asiy'emuva madoda
Siya phambili
Asiy'emuva madoda
Siya phambili
Asiy'emuva madoda
Siya phambili
Thina maqhawe, maqhawe
Maqhaw'omculo
Thina maqhawe, maqhawe
Maqhaw'omculo
Njengoba nisibona silapha nje
Asizizelanga whoh thina
Sibiziwe sizonijabulisa
Njengoba nisibona silapha nje
Asizizelanga whoh thina
Sibiziwe sizonijabulisa