
Siza Kuwe
Siyakudumisa baba eman
Sithi (umkhulu uyinkosi yamakhosi onke)
Baba sicel' intethelelo ezonweni zethu
Siza kuwe
Thina esisenebe sethu singcolile
Sibe (siphakathi kwabantu bendebe zabo zingcolile)
Sohlanjululwa nguwe nguwe baba
Siza kuwe
Singa (bantwana bakho)
Siza kuwe e Jerusalem
Ngoba (ngoba ikhaya labangcwele)
Ikhaya labangcwele
Singa (bantwana bakho)
Siza kuwe e Jerusalem
Ngoba(ngoba ikhaya labangcwele)
Siza kuwe
Baba sheshisa isikhathi sakho esimnandi
Lapho (abangcwele bayothokoza nenkosi yabo)
Kuze kube ngunaphakade
Siza kuwe kuwe baba
Sezifikile izinsuku zokugcina
Bambelela (bambelela bambelela ungajiki)
Kuze kufike lolo suku lokwahluleka baba
Siza kuwe kuwe baba
Singa (bantwana bakho)
Siza (siza kuwe e Jerusalem)
Ngoba (ngoba ikhaya labangcwele)
Alellujah (ikhaya labangcwele)
Singa (bantwana bakho)
Siza (siza kuwe e Jerusalem)
Ngoba (ngoba ikhaya labangcwele)
Siza kuwe
Singa (bantwana bakho)
Siza (siza kuwe e Jerusalem)
Ngoba (ngoba ikhaya labangcwele)
Alellujah (ikhaya labangcwele)
Singa (bantwana bakho)
Siza (siza kuwe e Jerusalem)
Ngoba ikhaya labangcwele (ngoba ikhaya labangcwele)
Siza kuwe
Singa (bantwana bakho)
Oh (siza kuwe e Jerusalem)
Oh siza kuwe baba (ngoba ikhaya labangcwele)
Elabangcwele (ikhaya labangcwele)
Oh (bantwana bakho)
Oh (siza kuwe e Jerusalem)
Siza kuwe e Jerusalem (ngoba ikhaya labangcwele)
Siza kuwe
Siza kuwe kuwe baba