
Thembalam
Themba lami
Umana uman' udlala ngami
Ngiyeke ngizibonele ngizibonele
Padumba padumba dumbai
Themba lami
Umana uman' udlala ngami
Ngiyeke ngizibonele ngizibonele
Padumba padumba dumbai
Mama ndiyoyika
Ndoyika lama vuru vuruvaya
Azosidubula dubula dubula ngembombayi
Padumba padumba dumbai
Mama ndiyoyika
Ndoyika lama vuru vuruvaya
Azosidubula dubula dubula ngembombayi
Padumba padumba dumbai
Ngifikile mina ekhaya (yebo)
Abazali bayahlupheka
Sengizakuxolela ekhaya nomawami
Padumba padumba dumbai
Ngifikile mina ekhaya (yebo)
Abazali bayahlupheka
Sengizakuxolela ekhaya nomawami
Padumba padumba dumbai
Jabulani ngiyamthanda wemama
Noma ehamba ngebulugwe wemama
Noma efaka iskhindi wemama
Ngoba ithemba lami
Padumba padumba dumbai
Jabulani ngiyamthanda wemama
Noma ehamba ngebulugwe wemama
Noma efaka iskhindi wemama
Ngoba ithemba lami
Padumba padumba dumbai
Ngangiyoshela intombi (yebo)
Eyayinebhadi wemama
Yashayiswa yimoto wemama
Yaphuma ihlo elilodwa wemama
Ilihlo langaxanye wemama
Kodwa udali ngowami
Padumba padumba dumbai
Ngangiyoshela intombi (yebo)
Eyayinebhadi wemama
Yashayiswa yimoto wemama
Yaphuma ihlo elilodwa wemama
Ilihlo langaxanye wemama
Kodwa udali ngowami
Padumba padumba dumbai
Wawuyephi na wena
Sekudala ngikufuna wena
Sekudala ngikulindele ekhaya nomawami
Padumba padumba dumbai
Wawuyephi na wena
Sekudala ngikufuna wena
Sekudala ngikulindele ekhaya nomawami
Padumba padumba dumbai
Ngithi ekhaya Noma
Kodwa ekhaya waxoshwa yini
Padumba padumba dumbai
Ngithi ekhaya Noma
Kodwa ekhaya waxoshwa yini
Padumba padumba dumbai
Kodwa ekhaya Noma
Kodwa ekhaya waxoshwa yini
Padumba padumba dumbai
Kodwa ekhaya Noma
Kodwa ekhaya waxoshwa yini
Padumba padumba dumbai
Ngithi kodwa ekhaya Noma
Kodwa ekhaya waxoshwa yini
Dabadidi huhu