Ukhalelani
Sukukudala ngikutshela (kudala ngikutshela)
Homina (angiyithandi lento oyenzayo)
Ukuthi njalo nje (njalo masisele nawe)
Ukuthi njalo (ngithole sekukhona lombhemi la ekhaya)
(angimthandi lo mbhemi)
(angimthandi lo mbhemi)
Angimthandi (angimthandi lo mbhemi)
Angimthandi (angimthandi lo mbhemi)
Angimthandi (angimthandi lo mbhemi)
Angimthandi (angimthandi lo mbhemi)
Ngoba nguye (angimthandi lo mbhemi)
Lona owawujola naye (angimthandi lo mbhemi)

Sewungitshel' ukuthi (angimthandi lo mbhemi)
Ngumngane wakho (angimthandi lo mbhemi)
Uthi angikholwe kanjani na (angimthandi lo mbhemi)
Ngoba wawujola naye (angimthandi lo mbhemi)
Uzokhala ngoba ngizokushiya
Ngikhathele yimikhuba yakho
Ngikhathele yimikhuba yakho
Ngikhathele yimikhuba yakho
Awu ngikhathele
Ngoba wena unamanga (ukhalelani ukhalelani)
Awungitsheli ukuthi nahlukana (ukhalelani manje ukhalelani)
Sengitholile ukuthi (ukhalelani ukhalelani)
Kanti usala ungalali endlini (ukhalelani manje ukhalelani)
Manje ukhalelani manjena (ukhalelani ukhalelani)
Kodwa khalelani manjena (ukhalelani manje ukhalelani)
Ukhalelani manjena (ukhalelani ukhalelani)
Kodwa ukhalelani manjena (ukhalelani manje ukhalelani)
Hawu ngoba nguwe udlale ngami
Hawu ngoba nguwe udlale ngami
Pho manje ukhalelani pho manje ukhalelani

Ngiyeke ngihambe umoya wami ukhathazekile
Ibuhlungu inhliziyo yami ngalento ongenze yona
Sewungakhala ngoba sengihamba
Sekubuhlungu manje ngoba sengikushiya
(bekumele wenze kahle)
(ngisazwana nawe)
(kodwa sonke lesi isikhathi)
(Bewudlala ngami)
Ngoba wena unamanga (ukhalelani ukhalelani)
Awungitsheli ukuthi nahlukana (ukhalelani manje ukhalelani)
Sengitholile ukuthi (ukhalelani ukhalelani)
Kanti usabonana nalendoda (ukhalelani manje ukhalelani)
Manje ukhalelani manjena (ukhalelani ukhalelani)
Kodwa khalelani manjena (ukhalelani manje ukhalelani)
Ukhalelani manjena (ukhalelani ukhalelani)
Kodwa ukhalelani manjena (ukhalelani manje ukhalelani)
Ngoba nguwe ongophoxile mina bengithembele kuwe

My baby (ukhalelani ukhalelani)

Bengizitshel' ukuthi ngimtholile nami engizoshada naye
Kanti sonke lesi isikhathi wen' udlala ngami
Bengizitshel' ukuthi ngaze ngamtholile nami engizoshada naye
Kanti sonke lesi isikhathi wen' udlala ngami
Ngoba wena unamanga (ukhalelani ukhalelani)
Awungitsheli ukuthi nahlukana (ukhalelani manje ukhalelani)
Sengitholile ukuthi (ukhalelani ukhalelani)
Kanti usabonana nalendoda wema (ukhalelani manje ukhalelani)
Manje ukhalelani manjena (ukhalelani ukhalelani)
Kodwa khalelani manjena (ukhalelani manje ukhalelani)
Ukhalelani manjena (ukhalelani ukhalelani)
Kodwa ukhalelani manjena (ukhalelani manje ukhalelani)
Ngoba wena unamanga (ukhalelani ukhalelani)
Awungitsheli ukuthi nahlukana (ukhalelani manje ukhalelani)
Sengitholile ukuthi (ukhalelani ukhalelani)
Kanti usabonana nalendoda wena (ukhalelani manje ukhalelani)