Soul Brothers

Ukhetha Bani


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Wena ingath'uyakhohlw'ukuth'uthandana nami
Angikwaz'unjani na
Wena ingath'uyakhohlw'ukuth'uthandana nami
Angikwaz'unjani na
Uthanda bani mina notshwala
Uthanda bani
Ukhetha bani mina notshwala
Uthanda bani

Wena ingath'uyakhohlw'ukuth'uthandana nami
Angikwaz'unjani na
Wena ingath'uyakhohlw'ukuth'uthandana nami
Angikwaz'unjani na
Uthanda bani mina notshwala
Uthanda bani
Ukhetha bani mina notshwala
Uthanda bani

Uphuza kuze kweqe
Uphuza uz'ungikhohlwe
Uphuza kuze kweqe
Uphuza uz'ungikhohlwe
Uthanda bani mina notshwala
Uthanda bani
Ukhetha bani mina notshwala
Uthanda bani

Uphuza kuze kweqe
Uphuza uz'ungikhohlwe
Uphuza kuze kweqe
Uphuza uz'ungikhohlwe
Uthanda bani mina notshwala
Uthanda bani
Ukhetha bani mina notshwala
Uthanda bani

Wena ingath'uyakhohlw'ukuth'uthandana nami
Angikwaz'unjani na
Uthanda bani mina notshwala
Uthanda bani
Ukhetha bani mina notshwala
Uthanda bani

Uphuza kuze kweqe
Uphuza uz'ungikhohlwe
Uphuza kuze kweqe
Uphuza uz'ungikhohlwe
Uthanda bani mina notshwala
Uthanda bani
Ukhetha bani mina notshwala
Uthanda bani