Umkhaya
Ngangikwenzeni na wacishe wangshiyis’abantabami
Ngingabenzele lutho waw'funa behlupheke na

Awusho waw'funa behlupheke na
Nom’ungangizonda anginandaba
Nom’ungang'bulala naw’uyophelel’ezandleni

Naw’uyogcin’usukhala
Naw’uyophelel’ezani
Uzenz’umngani wami wenz’engath’uyangithanda kant’uyangzonda sengibonile

Aw’ngiyakwesaba mkhaya
Aw’ngiyakwesaba mkhaya wami sakhelene