Umsebenzi
Ilikhun’impilo esiy'phila kulelizwe kodwa siyabekezela nje noma kunzima

Kodwa kulikhuni kunzima noma kunzima
Kodwa kulikhuni kunzima

Kuleminyaka eyadlula sasikhala ngendawo yokulala umsebenz’ukhona

Kodw’umsebenz’ukhona
Awubheke nje namhlanje mina angazi ngolala ng'dleni
Awubheke nje namhlanje mina angazi ngolala ng'dleni la emkhukhwini
Manje ngiguga namandl’ami ng'yaw’fun’umsebenzi kodwa angiw'tholi