Soul Brothers

Umshado


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Bekezela baba, bekezela mama
Kuzolunga noma kunzima
Bekezela baba, bekezela mama
Kuzolunga noma kunzima
Thula mama, thula baba
Kuzolunga noma kulukhuni

Umhlaba unjena
Umhlaba uyahlaba mama
Umhlaba unjena
Umhlaba uyahlaba baba

Thula mama, thula baba
Kuzolunga noma kulukhuni

Umhlaba unjena
Umhlaba uyahlaba mama
Umhlaba unjena
Umhlaba uyahlaba baba

Thula mama, thula baba
Bekezela noma kulukhuni

Umshad'unjal'unezinkinga
Umshad'unjal'unezifungo
Futh'umshad'unjal'unamacala

Umshad'unjal'unezinkinga
Umshad'unjal'unezifungo
Futh'umshad'unjalo unamacala

Bekezela baba, bekezela mama
Kuzolunga noma kunzima