
Usathane Simehlulile
Ngiyajabula mntakwethu
Ngoba sewuxolile manje
Ngiyajabula mntakwethu
Ngoba sewuxolile manje
Ngiyajabula mntakwethu
Ngoba sewungixolele manje
Kodw'usathane simjabhisile
Kodw'usathane simehlulile
Kodw'usathane simunqobile
Simehlulil'usathane
Ngoba ngiyaz'ukuthi
Bebezojabul'abantu
Uma bebona sesihlukene
Ngoba ngiyaz'ukuthi
Bebezojabul'abantu
Uma bebona sesihlukene
Ngoba ngiyaz'ukuthi
Bebezojabul'abantu
Uma bebona sesihlukene
Ngiyajabula mntakwethu
Ngoba sewuxolile manje
Ngiyajabula mntakwethu
Ngoba sewuxolile manje
Kodw'usathane simehlulile
Kodw'usathane simjabhisile
Kodw'usathane simunqobile
Simehlulil'usathane
Simehlulil'usathane
Simunqobil'usathane
Simehlulil'usathane
Simunqobil'usathane