
Usizi
Lolusizi engikulo lungaphezu kwamandl'ami
Kodwa ngiyozama kuyoze kulunge
Lolusizi engikulo lungaphezu kwamandl'ami
Kodwa ngizozama kuyoze kulunge
Ngizobekezela
Ngizobekezela mina
Noma kulukhuni
Ngizobekezela mina
Ngizobekezela
Ngizobekezela mina
Noma kulukhuni
Ngizobekezela mina
Ngizobekezela
Ngizobekezela mina
Noma kulukhuni
Koze kushon'ilanga
Lolusizi engikulo lungaphezu kwamandl'ami
Kodwa ngizozama, kuyoze kulunge
Lolusizi engikulo lungaphezu kwamandl'ami
Kodwa ngizozama, kuyoze kulunge
Kodwa ngizozama, kuyoze kulunge
Ngizobekezela, ngizobekezela mina
Kodwa ngizozama, kuyoze kulunge
Kodwa ngizozama, kuyoze kulunge
Ngizobekezela, ngizobekezela
Kodwa ngizozama, kuyoze kulunge
Ngizobekezela
Ngizobekezela mina
Noma kulukhuni
Ngizobekezela mina
Ngizobekezela
Ngizobekezela mina
Noma kulukhuni
Ngizobekezela mina
Ngizobekezela
Ngizobekezela mina
Noma kulukhuni
Ngizobekezela mina
Ngizobekezela
Ngizobekezela mina
Noma kulukhuni
Koze kushon'ilanga