Amaryoni

Uthuli O Thulini


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Nkosi nkulunkulu onamandla
Uyisiphephelo sami
Nkulunkulu wami (ukuhlupheka kwam konke)
Baba bo (ngikubeka kuwe)
Buso bami (uzbalile insuku zami zonke)
Hawu impilo yam (empilweni yami yonke)

(Nkosi nkulunkulu onamandla)
Wele somandla (uyisiphephelo sami)
Phephela kuwe nkosi yami (ukuhlupheka kwam konke)
Ngikubeka kuwe (ngikubeka kuwe)
Uz'balile intsuku zami (uz'balile intsuku zami zonke)
Empilweni yam yonke (empilweni yami yonke)

Oyi (ngiwuthuli othulini)
Ahelele (ngidalwe ngathatshathwa emhlabathini)
Igazi lami (wentaba namanzi)
Ho amathambo (namathambo womzimba negazi)

Oh yeyi (ngiwuthuli othulini)
Oh nguthuli bo (ngidalwe ngathatshathwa emhlabathini)
Ayi we somandla (wentaba namanzi)
Ho yhe (namathambo womzimba negazi)

Hmmh (amandla nobukhosi)
Hololo hololo (ubungaziwa)
Ah we ma (ubufihlekile emehlweni ethu)
Hololo (siyadusa)

Amandla nobukhosi (amandla nobukhosi)
Ubunkosi negazi (ubungaziwa)
Ubufihlekile emehlweni ethu
Siyadusa

Amandla nobunkosi
Ubungaziwa
Ngob'ufihlekile (ubufihlekile emehlweni ethu)
Siyadusa

Sibonga uJehova (amandla nobukhosi)
Unamandla (ubungaziwa)
Awaziwa amandla akhe (ubufihlekile emehlweni ethu)
Siyadusa

Hololo
Hololo hoooo
Ho Hololo
Hololo
Hee ho hololo

Ngiwuthuli othulini
Oh uthuli bo (ngidalwe ngathatshathwa emhlabathini)
Emhlabathini (wentaba namanzi)
Wentaba namanzi (namathambo womzimba negazi)

Oh amandla kaThixo (amandla nobukhosi)
Ha hololo (obungaziwa)
Masiguqe phambi kwakhe (obufihlekile emehlweni ethu)
Masiduse ususo lwakhe (siyadusa)