Afrosoul

Uyangihlanyisa


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

2. UYANGIHLANYISA (Afrosoul ft Mr Luu)
Akenimeni nginichazeleni, hheyi wemadoda
kumnandi ukuba semathandweni
Wenungishaya amantontoni
Wenungibamba kwamancane
kumnandi ukubasemathadweni

Uyangihlanyisa
Ho ho uyangihlanyisa uyangihlanyisa
Uyangihlanyisa
Ho ho uyangihlanyisa uyangihlanyisa

Indlela esphila ngayo wemaLove
abanye abantu ngeke bayiUnderstande
NeFoni yami isi answa nguwe
NoSocial media wami ugcwele wena
Indlela esaphila ngayo wemaLove
naba abantu besidlela umona
asisakwazi nokushaywa umoya, WemaLove

Uyangihlanyisa
Ho ho uyangihlanyisa uyangihlanyisa
Uyangihlanyisa
Ho ho uyangihlanyisa uyangihlanyisa

wafika kwashaya umoya enhlizweni yami
awubheke sebenomona
Wafikakwashaya umoya enhlizweni yami
Awubheke sebenomona
Abasiyekele yekele, ngisho laba abanomona.

Uyangihlanyisa
Ho ho uyangihlanyisa uyangihlanyisa
Uyangihlanyisa
Ho ho uyangihlanyisa uyangihlanyisa


Writer/s: Afrosoul, Mr Luu